-
Joshuwa 1:7, 8IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
7 “Kuphela nje yiba nesibindi uqine, uwugcine ngokucophelela wonke uMthetho uMose inceku yami akuyala ngawo. Ungaphambuki kuwo uye ngakwesokudla noma ngakwesobunxele, + ukuze wenze ngokuhlakanipha nomaphi lapho uya khona. + 8 Akufanele uyeke ukukhuluma + ngale ncwadi yoMthetho, kumele uyifunde ngezwi eliphansi* ubusuku nemini, ukuze ukugcine ngokucophelela konke okulotshwe kuyo; + ngoba uma wenza kanjalo uyophumelela futhi uyokwenza ngokuhlakanipha. +
-