Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • 1 IziKronike 29:12
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 12 Ingcebo nenkazimulo kuvela kuwe, + ubusa phezu kwakho konke, + esandleni sakho kukhona amandla + nobukhulu, + isandla sakho sikwazi ukukhulisa + nokunika amandla kukho konke. +

  • Isaya 40:15
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 15 Bheka! Izizwe zinjengethonsi lamanzi eliphuma ebhakedeni,

      Zibhekwa njengongwengwezi lothuli esikalini. +

      Bheka! Uphakamisa iziqhingi njengothuli olucolekile.

  • Isaya 40:17
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 17 Zonke izizwe zinjengento engekho phambi kwakhe; +

      Uzibheka njengezingelutho, njengeziyize. +

  • Daniyeli 4:35
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 35 Bonke abahlala emhlabeni babhekwa njengabangelutho, futhi wenza ngokwentando yakhe phakathi kwebutho lamazulu nakwabahlala emhlabeni. Akukho muntu ongamnqanda *+ noma ongathi kuye, ‘Yini le oyenzile?’ +

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela