Eksodusi 14:30 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 30 Ngakho uJehova wawasindisa ngalolo suku ama-Israyeli esandleni sabaseGibhithe, + ama-Israyeli abona abaseGibhithe befile ogwini lolwandle. IHubo 110:5, 6 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 5 UJehova uyoba ngasesandleni sakho sokudla; +Uyophihliza amakhosi ngosuku lwentukuthelo yakhe. + 6 Uyokhipha isahlulelo ngokumelene* nezizwe; +Uyogcwalisa izwe ngezidumbu. + Uyophihliza inhloko* yomhlaba wonke.* Isaya 37:36 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 36 Kwaphuma ingelosi kaJehova yabulala amadoda angu-185 000 ekamu lama-Asiriya. Lapho abantu bevuka ekuseni, babona izidumbu. +
30 Ngakho uJehova wawasindisa ngalolo suku ama-Israyeli esandleni sabaseGibhithe, + ama-Israyeli abona abaseGibhithe befile ogwini lolwandle.
5 UJehova uyoba ngasesandleni sakho sokudla; +Uyophihliza amakhosi ngosuku lwentukuthelo yakhe. + 6 Uyokhipha isahlulelo ngokumelene* nezizwe; +Uyogcwalisa izwe ngezidumbu. + Uyophihliza inhloko* yomhlaba wonke.*
36 Kwaphuma ingelosi kaJehova yabulala amadoda angu-185 000 ekamu lama-Asiriya. Lapho abantu bevuka ekuseni, babona izidumbu. +