2 IziKronike 22:2, 3 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 2 U-Ahaziya wayeneminyaka engu-22 lapho eba inkosi, wabusa unyaka owodwa eJerusalema. Igama likanina kwakungu-Athaliya + umzukulu* ka-Omri. + 3 Naye wahamba ezindleleni zendlu ka-Ahabi, + ngoba unina waba umeluleki wakhe ekwenzeni ngokukhohlakala.
2 U-Ahaziya wayeneminyaka engu-22 lapho eba inkosi, wabusa unyaka owodwa eJerusalema. Igama likanina kwakungu-Athaliya + umzukulu* ka-Omri. + 3 Naye wahamba ezindleleni zendlu ka-Ahabi, + ngoba unina waba umeluleki wakhe ekwenzeni ngokukhohlakala.