Levitikusi 25:39 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 39 “‘Uma umfowenu ohlala eduze kwakho eba mpofu futhi kudingeke azithengise kuwe, + akumele umphoqe ukuba enze umsebenzi wezigqila. + Levitikusi 25:46 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 46 Ningazidlulisa njengefa emadodaneni enu ukuba azithole njengefa laphakade. Ningazisebenzisa njengezisebenzi, kodwa akumele nibaphathe ngesihluku abafowenu abangama-Israyeli. + 2 IziKronike 8:9 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 9 Kodwa abekho kuma-Israyeli uSolomoni abenza izigqila zomsebenzi wakhe, + ngoba babengamaqhawe akhe, izinduna zezikhulu zempi, izinduna zabashayeli bezinqola zakhe nezabagibeli bakhe bamahhashi. +
39 “‘Uma umfowenu ohlala eduze kwakho eba mpofu futhi kudingeke azithengise kuwe, + akumele umphoqe ukuba enze umsebenzi wezigqila. +
46 Ningazidlulisa njengefa emadodaneni enu ukuba azithole njengefa laphakade. Ningazisebenzisa njengezisebenzi, kodwa akumele nibaphathe ngesihluku abafowenu abangama-Israyeli. +
9 Kodwa abekho kuma-Israyeli uSolomoni abenza izigqila zomsebenzi wakhe, + ngoba babengamaqhawe akhe, izinduna zezikhulu zempi, izinduna zabashayeli bezinqola zakhe nezabagibeli bakhe bamahhashi. +