Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Eksodusi 12:2
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 2 “Le nyanga izoba ngeyokuqala ezinyangeni kini. Izoba ngeyokuqala ezinyangeni zonyaka kini. +

  • Eksodusi 12:14
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 14 “‘Lolu suku luyoba isikhumbuzo kini futhi kumele nilugubhe njengomkhosi wokuhlonipha uJehova kuzo zonke izizukulwane zenu. Kufanele nilugubhe njengomthetho kuze kube phakade.

  • Levitikusi 23:5
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 5 Ngenyanga yokuqala, ngosuku luka-14 lwenyanga, + lapho sekuhwalele* yiPhasika + kuJehova.

  • Duteronomi 16:1
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 16 “Gcina inyanga ka-Abhibhi,* ugubhele uJehova uNkulunkulu wakho iPhasika, + ngoba ngenyanga ka-Abhibhi uJehova uNkulunkulu wakho wakukhipha eGibhithe ebusuku. +

  • Esteri 3:7
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 7 Ngenyanga yokuqala, okungukuthi, inyanga kaNisani,* ngonyaka ka-12 + weNkosi u-Ahashiveroshi, benza iPhure, + (okungukuthi, iNkatho) phambi kukaHamani ukuze bathole usuku nenyanga, inkatho yadla inyanga ka-12, okungukuthi, inyanga ka-Adari. *+

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela