8 Makwazeke enkosini ukuthi siye esifundazweni sakwaJuda endlini kaNkulunkulu omkhulu, futhi yakhiwa ngamatshe amakhulu agingqelwe ezindaweni zawo, kufakwa nezingodo ezindongeni. Abantu bawenza ngomdlandla umsebenzi futhi uyathuthuka ngenxa yemizamo yabo.