-
2 AmaKhosi 17:33, 34IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
33 Bamesaba uJehova, kodwa bakhonza nonkulunkulu babo ngokwenkolo* yezizwe ababedingiswe besuswa kuzo. +
34 Kuze kube namuhla benza ngokwezinkolo* zabo zangaphambili. Akekho kubo okhonza* uJehova futhi akekho ogcina imithetho yakhe, izahlulelo zakhe, uMthetho nomyalo uJehova awunika amadodana kaJakobe, ogama lakhe alishintsha laba ngu-Israyeli. +
-