Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Nehemiya 6:10-12
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 10 Ngaya endlini kaShemaya indodana kaDelaya indodana kaMehetabeli ngesikhathi evalelekile. Wathi: “Masibeke isikhathi esizohlangana ngaso endlini kaNkulunkulu weqiniso, ngaphakathi ethempelini, sivale iminyango yethempeli, ngoba bayeza bazokubulala. Bazofika ebusuku bakubulale.” 11 Kodwa ngathi: “Ingabe umuntu osesikhundleni engikuso kufanele abaleke? Umuntu onjengami angangena yini ethempelini futhi aqhubeke ephila? + Ngeke ngingene!” 12 Ngabe sengibona ukuthi wayengathunywanga uNkulunkulu, kodwa wayeqashwe uThobiya noSanibhalati + ukuba asho lesi siprofetho esimelene nami.

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela