Duteronomi 31:20 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 20 Lapho ngibaletha ezweni engafunga ukulinika okhokho babo +—eligeleza ubisi noju +—badle basuthe futhi bachume, *+ bayophendukela kwabanye onkulunkulu babakhonze, bangidelele baphule nesivumelwano sami. + Duteronomi 32:15 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 15 Lapho uJeshuruni* esekhuluphele, waqala ukudlubulunda. O Jeshuruni, usukhuluphele, usumkhulu, ususuthi. + Ngakho uJeshuruni wamshiya uNkulunkulu, owamdala, +Wadelela iDwala lensindiso yakhe. AbaHluleli 2:12 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 12 Amshiya kanjalo uJehova, uNkulunkulu woyise, owawakhipha ezweni laseGibhithe. + Alandela abanye onkulunkulu, onkulunkulu bezizwe ezazakhelene nawo, + abakhothamela, amcasula uJehova. +
20 Lapho ngibaletha ezweni engafunga ukulinika okhokho babo +—eligeleza ubisi noju +—badle basuthe futhi bachume, *+ bayophendukela kwabanye onkulunkulu babakhonze, bangidelele baphule nesivumelwano sami. +
15 Lapho uJeshuruni* esekhuluphele, waqala ukudlubulunda. O Jeshuruni, usukhuluphele, usumkhulu, ususuthi. + Ngakho uJeshuruni wamshiya uNkulunkulu, owamdala, +Wadelela iDwala lensindiso yakhe.
12 Amshiya kanjalo uJehova, uNkulunkulu woyise, owawakhipha ezweni laseGibhithe. + Alandela abanye onkulunkulu, onkulunkulu bezizwe ezazakhelene nawo, + abakhothamela, amcasula uJehova. +