Joshuwa 9:3 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 3 AbaseGibheyoni + nabo bezwa ngalokho uJoshuwa ayekwenze eJeriko + nase-Ayi. + Joshuwa 9:27 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 27 Kodwa ngalolo suku uJoshuwa wabanika umsebenzi wokutheza izinkuni nowokukha amanzi enhlangano + nawe-altare likaJehova endaweni uNkulunkulu ayezoyikhetha, + futhi kusenjalo kuze kube namuhla. + Ezra 8:17 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 17 Ngabe sengibanika umyalo ngokuphathelene no-Ido ongumholi endaweni ebizwa ngokuthi iKhasifiya. Ngabayala ukuba batshele u-Ido nabafowabo, izikhonzi zasethempelini* ezaziseKhasifiya, ukuba basilethele izikhonzi zendlu kaNkulunkulu wethu.
27 Kodwa ngalolo suku uJoshuwa wabanika umsebenzi wokutheza izinkuni nowokukha amanzi enhlangano + nawe-altare likaJehova endaweni uNkulunkulu ayezoyikhetha, + futhi kusenjalo kuze kube namuhla. +
17 Ngabe sengibanika umyalo ngokuphathelene no-Ido ongumholi endaweni ebizwa ngokuthi iKhasifiya. Ngabayala ukuba batshele u-Ido nabafowabo, izikhonzi zasethempelini* ezaziseKhasifiya, ukuba basilethele izikhonzi zendlu kaNkulunkulu wethu.