-
Duteronomi 18:3, 4IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
3 “Lokhu kuyoba yilungelo elifanele labapristi elivela kubantu: Noma ubani owenza umhlatshelo, kungakhathaliseki ukuthi yinkomo noma yimvu, kufanele anike umpristi isiphanga, imihlathi nesisu. 4 Ukudla kwakho okusanhlamvu kokuqala, iwayini lakho elisha, amafutha akho noboya bokuqala obugundwe emhlanjini wakho wezimvu kufanele umnike kona. +
-