Jobe 36:5 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 5 Impela, uNkulunkulu unamandla + futhi akalahli muntu;Unamandla amakhulu okuqonda.* IHubo 104:24 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 24 O Jehova, yeka ukuthi miningi kangakanani imisebenzi yakho! + Yonke uyenze ngokuhlakanipha. + Umhlaba ugcwele izinto ozidalile. Isaya 40:26 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 26 “Phakamiselani amehlo enu ezulwini nibone. Ngubani odale lezi zinto? + YiLowo okhipha ibutho lazo ngesibalo;Zonke uzibiza ngamagama. + Ngenxa yamandla akhe amakhulu namangalisayo, +Ayikho neyodwa engekho endaweni yayo. Daniyeli 2:20 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 20 UDaniyeli wathi: “Igama likaNkulunkulu malidunyiswe kuze kube phakade,*Ngoba ukuhlakanipha namandla kungokwakhe kuphela. +
24 O Jehova, yeka ukuthi miningi kangakanani imisebenzi yakho! + Yonke uyenze ngokuhlakanipha. + Umhlaba ugcwele izinto ozidalile.
26 “Phakamiselani amehlo enu ezulwini nibone. Ngubani odale lezi zinto? + YiLowo okhipha ibutho lazo ngesibalo;Zonke uzibiza ngamagama. + Ngenxa yamandla akhe amakhulu namangalisayo, +Ayikho neyodwa engekho endaweni yayo.
20 UDaniyeli wathi: “Igama likaNkulunkulu malidunyiswe kuze kube phakade,*Ngoba ukuhlakanipha namandla kungokwakhe kuphela. +