IHubo 103:15, 16 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 15 Izinsuku zomuntu ofayo zinjengezotshani; +Uqhakaza njengembali yasendle. + 16 Kodwa lapho kuvunguza umoya, ayibe isaba khona,Njengokungathi ayikaze ibe khona.* Isaya 40:6 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 6 Lalela! Othile uthi: “Memeza!” Omunye uyabuza athi: “Ngimemeze ngithini?” “Bonke abantu bawutshani obuluhlaza Lonke uthando lwabo oluqotho lunjengembali yasendle. + Jakobe 1:10, 11 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 10 nocebile ngokuthotshiswa kwakhe, + ngoba uyoshabalala* njengembali yasendle. 11 Njengoba nje ilanga liphuma nokushisa kwalo okukhulu libunise isitshalo, imbali yaso iwele phansi nokubukeka kwayo okuhle kushabalale, nesicebi siyobuna kanjalo sisagijimisa ingcebo. + 1 Petru 1:24 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 24 Ngoba “bonke abantu* banjengotshani, futhi yonke inkazimulo yabo injengembali yasendle; utshani buyabuna, imbali iwe,
15 Izinsuku zomuntu ofayo zinjengezotshani; +Uqhakaza njengembali yasendle. + 16 Kodwa lapho kuvunguza umoya, ayibe isaba khona,Njengokungathi ayikaze ibe khona.*
6 Lalela! Othile uthi: “Memeza!” Omunye uyabuza athi: “Ngimemeze ngithini?” “Bonke abantu bawutshani obuluhlaza Lonke uthando lwabo oluqotho lunjengembali yasendle. +
10 nocebile ngokuthotshiswa kwakhe, + ngoba uyoshabalala* njengembali yasendle. 11 Njengoba nje ilanga liphuma nokushisa kwalo okukhulu libunise isitshalo, imbali yaso iwele phansi nokubukeka kwayo okuhle kushabalale, nesicebi siyobuna kanjalo sisagijimisa ingcebo. +
24 Ngoba “bonke abantu* banjengotshani, futhi yonke inkazimulo yabo injengembali yasendle; utshani buyabuna, imbali iwe,