Isaya 40:13, 14 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 13 Ngubani okale* umoya kaJehova,Ngubani ongamfundisa abe umeluleki wakhe? + 14 Ngubani obonisane naye ukuze aqonde,Noma ngubani omfundisa indlela yobulungisa,Noma omfundisa ulwazi,Noma ombonisa indlela yokuqonda kwangempela? + Roma 11:34 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 34 Ngoba “ubani owaziyo umqondo kaJehova,* noma ubani oye waba umeluleki wakhe?” + 1 Korinte 2:16 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 16 Ngoba “ubani osewazi umqondo kaJehova* ukuba angamfundisa?” + Kodwa sinawo umqondo kaKristu. +
13 Ngubani okale* umoya kaJehova,Ngubani ongamfundisa abe umeluleki wakhe? + 14 Ngubani obonisane naye ukuze aqonde,Noma ngubani omfundisa indlela yobulungisa,Noma omfundisa ulwazi,Noma ombonisa indlela yokuqonda kwangempela? +