26 “Uma uthatha ingubo yomunye umuntu njengesibambiso, + kufanele uyibuyisele kuye lapho kushona ilanga. 27 Ngoba iwukuphela kwesembatho sakhe, ingubo yakhe afihla ngayo umzimba; uzolala ngani? + Lapho ekhala kimi, nakanjani ngiyozwa ngoba mina nginozwela. +