Genesise 2:7 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 7 UJehova uNkulunkulu wabe esebumba umuntu ngothuli + lomhlabathi wafuthela emakhaleni akhe umoya wokuphila, + umuntu waphila.* + Isaya 42:5 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 5 Yilokhu uNkulunkulu weqiniso, uJehova, akushoyo,UMdali wamazulu oMkhulu owawelula, +Lowo owendlala umhlaba nomkhiqizo wawo, +Lowo owenza abantu abakuwo baphefumule +Nonika labo abahamba kuwo umoya: + IzEnzo 17:25 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 25 futhi akakhonzwa ngezandla zabantu njengokungathi kukhona akudingayo, + ngoba yena ngokwakhe unika bonke abantu ukuphila nomoya + nazo zonke izinto.
7 UJehova uNkulunkulu wabe esebumba umuntu ngothuli + lomhlabathi wafuthela emakhaleni akhe umoya wokuphila, + umuntu waphila.* +
5 Yilokhu uNkulunkulu weqiniso, uJehova, akushoyo,UMdali wamazulu oMkhulu owawelula, +Lowo owendlala umhlaba nomkhiqizo wawo, +Lowo owenza abantu abakuwo baphefumule +Nonika labo abahamba kuwo umoya: +
25 futhi akakhonzwa ngezandla zabantu njengokungathi kukhona akudingayo, + ngoba yena ngokwakhe unika bonke abantu ukuphila nomoya + nazo zonke izinto.