Jobe 2:8 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 8 UJobe wayehlezi emlotheni, + wayesethatha udengezi* ukuze azinwaye. Jobe 2:13 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 13 Ngemva kwalokho bahlala naye emhlabathini izinsuku eziyisikhombisa nobusuku obuyisikhombisa. Akekho owasho utho kuye, ngoba babebona ukuthi wayezwa ubuhlungu obukhulu kakhulu. + Jobe 7:4 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 4 Lapho ngilala ngiyabuza, ‘Ngizovuka nini?’ + Kodwa njengoba ubusuku buqhubeka, ngilokhu ngiphenduphenduka kuze kuntwele ukusa.
13 Ngemva kwalokho bahlala naye emhlabathini izinsuku eziyisikhombisa nobusuku obuyisikhombisa. Akekho owasho utho kuye, ngoba babebona ukuthi wayezwa ubuhlungu obukhulu kakhulu. +
4 Lapho ngilala ngiyabuza, ‘Ngizovuka nini?’ + Kodwa njengoba ubusuku buqhubeka, ngilokhu ngiphenduphenduka kuze kuntwele ukusa.