IHubo 104:29 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 29 Uma ufihla ubuso bakho, ziyaphazamiseka. Uma ususa umoya wazo, ziyafa zibuyele othulini. + UmShumayeli 12:7 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 7 Uthuli lube selubuyela emhlabeni, + njengoba nje kwakunjalo, nomoya* ubuyele kuNkulunkulu weqiniso owawunikeza. + Isaya 42:5 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 5 Yilokhu uNkulunkulu weqiniso, uJehova, akushoyo,UMdali wamazulu oMkhulu owawelula, +Lowo owendlala umhlaba nomkhiqizo wawo, +Lowo owenza abantu abakuwo baphefumule +Nonika labo abahamba kuwo umoya: + IzEnzo 17:25 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 25 futhi akakhonzwa ngezandla zabantu njengokungathi kukhona akudingayo, + ngoba yena ngokwakhe unika bonke abantu ukuphila nomoya + nazo zonke izinto.
7 Uthuli lube selubuyela emhlabeni, + njengoba nje kwakunjalo, nomoya* ubuyele kuNkulunkulu weqiniso owawunikeza. +
5 Yilokhu uNkulunkulu weqiniso, uJehova, akushoyo,UMdali wamazulu oMkhulu owawelula, +Lowo owendlala umhlaba nomkhiqizo wawo, +Lowo owenza abantu abakuwo baphefumule +Nonika labo abahamba kuwo umoya: +
25 futhi akakhonzwa ngezandla zabantu njengokungathi kukhona akudingayo, + ngoba yena ngokwakhe unika bonke abantu ukuphila nomoya + nazo zonke izinto.