Duteronomi 32:4 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 4 UyiDwala, uphelele umsebenzi wakhe, +Konke akwenzayo kunobulungisa. + UnguNkulunkulu wokwethembeka, + okungenzeki angabi nabulungisa; +Ulungile futhi uqotho. + IHubo 11:7 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 7 Ngoba uJehova ulungile; + uyazithanda izenzo zokulunga. + Abaqotho uyobabonisa umusa. *+ IHubo 139:14 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 14 Ngiyakudumisa ngenxa yokuthi ngenziwe ngendlela emangalisayo. + Imisebenzi yakho iyamangalisa, +Ngikwazi kahle lokhu. Daniyeli 9:14 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 14 “UJehova wahlala eqaphile futhi wasilethela le nhlekelele, ngoba uJehova uNkulunkulu wethu ulungile emisebenzini yakhe yonke ayenzile; kodwa thina asililalelanga izwi lakhe. + IsAmbulo 15:3 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 3 Babecula ingoma kaMose + inceku kaNkulunkulu nengoma yeWundlu, + bethi: “Mikhulu iyamangalisa imisebenzi yakho, + Jehova* Nkulunkulu, Mninimandla Onke. + Zilungile futhi ziyiqiniso izindlela zakho, + Nkosi yaphakade. +
4 UyiDwala, uphelele umsebenzi wakhe, +Konke akwenzayo kunobulungisa. + UnguNkulunkulu wokwethembeka, + okungenzeki angabi nabulungisa; +Ulungile futhi uqotho. +
14 Ngiyakudumisa ngenxa yokuthi ngenziwe ngendlela emangalisayo. + Imisebenzi yakho iyamangalisa, +Ngikwazi kahle lokhu.
14 “UJehova wahlala eqaphile futhi wasilethela le nhlekelele, ngoba uJehova uNkulunkulu wethu ulungile emisebenzini yakhe yonke ayenzile; kodwa thina asililalelanga izwi lakhe. +
3 Babecula ingoma kaMose + inceku kaNkulunkulu nengoma yeWundlu, + bethi: “Mikhulu iyamangalisa imisebenzi yakho, + Jehova* Nkulunkulu, Mninimandla Onke. + Zilungile futhi ziyiqiniso izindlela zakho, + Nkosi yaphakade. +