Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • 1 AmaKhosi 18:45
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 45 Phakathi naleso sikhathi, izulu lahloma laba mnyama, kwavunguza umoya, lase liyidliva; + u-Ahabi waqhubeka egibele elibangise eJizreyeli. +

  • Jobe 36:29
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 29 Ukhona yini ongaqonda ukwendlaleka kwamafu,

      Ukuduma okuvela etendeni* lakhe? +

  • Jobe 36:31
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 31 Usekela izizwe ngalezi zinto;

      Uzinika ukudla okuningi. +

  • Jobe 38:25-27
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 25 Ubani ovule umgudu wesikhukhula

      Wenza nendlela yefu lesiphepho esihambisana nokuduma, +

      26 Ukuze imvula ine lapho kungahlali muntu khona,

      Ehlane lapho kungekho bantu khona, +

      27 Ukuze anise imvula ezindaweni ezinesomiso

      Abangele nokuba utshani buhlume? +

  • Jakobe 5:17, 18
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 17 U-Eliya wayengumuntu onemizwa efana neyethu, kodwa lapho ngobuqotho ethandazela ukuba lingani, alinanga ezweni iminyaka emithathu nezinyanga eziyisithupha. + 18 Waphinde wathandaza, izulu lana, nezwe lakhiqiza isi­thelo. +

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela