IHubo 33:8 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 8 Bonke abasemhlabeni mabamesabe uJehova. + Bonke abakhile emhlabeni mabakhexe ngenxa yakhe. IzAga 1:7 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 7 Ukwesaba* uJehova kungukuqala kolwazi. + Yiziwula kuphela ezizonda ukuhlakanipha nesiyalo. + Mathewu 10:28 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 28 Ningabesabi labo abangase babulale umzimba kodwa abangeke bakwazi ukunivimba ukuba niphile esikhathini esizayo; + kunalokho yesabani lowo onganibhubhisa eGehena. *+
28 Ningabesabi labo abangase babulale umzimba kodwa abangeke bakwazi ukunivimba ukuba niphile esikhathini esizayo; + kunalokho yesabani lowo onganibhubhisa eGehena. *+