17 O Nkulunkulu, ungifundisile kusukela ebusheni bami, +
Kuze kube manje ngimemezela ngemisebenzi yakho emangalisayo. +
18 O Nkulunkulu, ungangishiyi ngisho nalapho sengigugile ngimpunga. +
Mangixoxele isizukulwane esizayo ngamandla akho,
Ngamandla akho kubo bonke abasazofika. +