Duteronomi 31:20 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 20 Lapho ngibaletha ezweni engafunga ukulinika okhokho babo +—eligeleza ubisi noju +—badle basuthe futhi bachume, *+ bayophendukela kwabanye onkulunkulu babakhonze, bangidelele baphule nesivumelwano sami. + Jeremiya 31:32 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 32 Ngeke sifane nesivumelwano engasenza nokhokho babo ngosuku engababamba ngalo ngesandla ngabakhipha eGibhithe, + ‘isivumelwano sami abasephula, + nakuba ngangiyinkosi yabo yeqiniso,’* kusho uJehova.”
20 Lapho ngibaletha ezweni engafunga ukulinika okhokho babo +—eligeleza ubisi noju +—badle basuthe futhi bachume, *+ bayophendukela kwabanye onkulunkulu babakhonze, bangidelele baphule nesivumelwano sami. +
32 Ngeke sifane nesivumelwano engasenza nokhokho babo ngosuku engababamba ngalo ngesandla ngabakhipha eGibhithe, + ‘isivumelwano sami abasephula, + nakuba ngangiyinkosi yabo yeqiniso,’* kusho uJehova.”