Genesise 6:5 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 5 Ngenxa yalokho, uJehova wabona ukuthi ububi bomuntu babubukhulu emhlabeni nokuthi imicabango nezifiso zenhliziyo yakhe kwakukubi ngaso sonke isikhathi. + Genesise 7:1 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 7 Ngemva kwalokho uJehova wathi kuNowa: “Ngena emkhunjini, wena nawo wonke umndeni wakho, ngoba uwena engikuthole ulungile phambi kwami phakathi kwalesi sizukulwane. +
5 Ngenxa yalokho, uJehova wabona ukuthi ububi bomuntu babubukhulu emhlabeni nokuthi imicabango nezifiso zenhliziyo yakhe kwakukubi ngaso sonke isikhathi. +
7 Ngemva kwalokho uJehova wathi kuNowa: “Ngena emkhunjini, wena nawo wonke umndeni wakho, ngoba uwena engikuthole ulungile phambi kwami phakathi kwalesi sizukulwane. +