-
Duteronomi 1:16, 17IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
16 “Ngayala abahluleli benu ngaleso sikhathi, ngathi, ‘Lapho nilalela icala phakathi kwabafowenu, kufanele nahlulele ngokulunga + phakathi komuntu nomfowabo noma phakathi komuntu noyisifiki. + 17 Akumele nikhethe lapho nahlulela. + Kufanele nilalele omncane njengomkhulu. + Akumele nethuswe abantu + ngoba ukwahlulela kungokukaNkulunkulu; + uma icala linzima kakhulu kini, kufanele nilethule kimi, ngilizwe.’ +
-