Duteronomi 6:4 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 4 “O Israyeli, lalela: UJehova uNkulunkulu wethu unguJehova oyedwa. + IHubo 83:18 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 18 Abantu mabazi ukuthi wena, ogama lakho linguJehova, +Wena wedwa ungoPhezukonke emhlabeni wonke. + Isaya 44:6 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 6 Yilokhu uJehova akushoyo,INkosi ka-Israyeli + noMhlengi wakhe, + uJehova wamabutho: ‘Ngingowokuqala futhi ngingowokugcina. + Akekho omunye uNkulunkulu ngaphandle kwami. + 1 Korinte 8:4 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 4 Ngokuphathelene nokudla ukudla okunikelwe ezithixweni, siyazi ukuthi isithixo asilutho + ezweni, nokuthi akukho Nkulunkulu ngaphandle koyedwa. +
6 Yilokhu uJehova akushoyo,INkosi ka-Israyeli + noMhlengi wakhe, + uJehova wamabutho: ‘Ngingowokuqala futhi ngingowokugcina. + Akekho omunye uNkulunkulu ngaphandle kwami. +
4 Ngokuphathelene nokudla ukudla okunikelwe ezithixweni, siyazi ukuthi isithixo asilutho + ezweni, nokuthi akukho Nkulunkulu ngaphandle koyedwa. +