-
2 Samuweli 19:34, 35IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
34 Kodwa uBharizilayi wathi enkosini: “Zingaki nje izinsuku* ezisele engisazoziphila, ukuba nginganyuka nenkosi ngiye eJerusalema? 35 Sengineminyaka engu-80 ubudala manje. + Ngisengakwazi yini ukuhlukanisa phakathi kokuhle nokubi? Mina nceku yakho ngisengakwazi yini ukuzwa ukunambitheka kwalokho engikudlayo nengikuphuzayo? Ngisengalilalela yini izwi labahlabeleli besilisa nabesifazane? + Pho kungani inceku yakho kufanele ibe umthwalo enkosini yami?
-