IHubo 10:4 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 4 Ngokuqhosha kwakhe, omubi akalwenzi uphenyo;Engqondweni yakhe uthi: “Akekho uNkulunkulu.” + IHubo 10:11 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 11 Uthi enhliziyweni yakhe: “UNkulunkulu usekhohliwe. + Ufulathelise ubuso bakhe. Akwenzeki anake.” + IHubo 73:3 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 3 Ngoba ngaba nomona ngabaqhoshayo*Lapho ngibona ukuthula kwabantu abakhohlakele. + IHubo 73:11 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 11 Bathi: “UNkulunkulu wazi kanjani? + Ingabe oPhezukonke unalo ngempela ulwazi?” Isaya 29:15 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 15 Maye kulabo abajula kakhulu ekufihleleni uJehova amacebo* abo. + Izinto abazenzayo bazenza ebumnyameni,Kuyilapho bethi: “Ngubani osibonayo? Ngubani owaziyo ngathi?” +
11 Uthi enhliziyweni yakhe: “UNkulunkulu usekhohliwe. + Ufulathelise ubuso bakhe. Akwenzeki anake.” +
15 Maye kulabo abajula kakhulu ekufihleleni uJehova amacebo* abo. + Izinto abazenzayo bazenza ebumnyameni,Kuyilapho bethi: “Ngubani osibonayo? Ngubani owaziyo ngathi?” +