IHubo 93:1 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 93 UJehova useyiNkosi! + Wembethe ukuphakama;UJehova wembethe amandla;Uwabhince njengebhande. Umhlaba* umiswe waqina;Awusoze wanyakaziswa.* IHubo 97:1 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 97 UJehova useyiNkosi! + Umhlaba mawujabule. + Iziqhingi eziningi mazithokoze. + IsAmbulo 11:15 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 15 Ingelosi yesikhombisa yashaya icilongo layo. + Kwaba khona amazwi amakhulu ezulwini, athi: “Umbuso wezwe usunguMbuso weNkosi yethu + nokaKristu, *+ iyobusa* njengenkosi kuze kube phakade naphakade.” + IsAmbulo 19:6 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 6 Ngezwa futhi okwakunjengokungathi izwi lesixuku esikhulu, kunjengomsindo wamanzi amaningi nanjengomsindo wokuduma okukhulu kwezulu. Sithi: “Dumisani uJah, *+ ngoba uJehova* uNkulunkulu wethu, uMninimandla Onke, + useqalile ukubusa njengenkosi! +
93 UJehova useyiNkosi! + Wembethe ukuphakama;UJehova wembethe amandla;Uwabhince njengebhande. Umhlaba* umiswe waqina;Awusoze wanyakaziswa.*
15 Ingelosi yesikhombisa yashaya icilongo layo. + Kwaba khona amazwi amakhulu ezulwini, athi: “Umbuso wezwe usunguMbuso weNkosi yethu + nokaKristu, *+ iyobusa* njengenkosi kuze kube phakade naphakade.” +
6 Ngezwa futhi okwakunjengokungathi izwi lesixuku esikhulu, kunjengomsindo wamanzi amaningi nanjengomsindo wokuduma okukhulu kwezulu. Sithi: “Dumisani uJah, *+ ngoba uJehova* uNkulunkulu wethu, uMninimandla Onke, + useqalile ukubusa njengenkosi! +