Duteronomi 8:19 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 19 “Uma kungake kwenzeke ukhohlwe uJehova uNkulunkulu wakho futhi ulandele abanye onkulunkulu ubakhonze ubakhothamele, ngiyakuxwayisa namuhla ukuthi nakanjani uyoshabalala. + IHubo 97:7 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 7 Mabahlazeke bonke abakhonza izithombe ezibaziwe, +Abaqhosha ngonkulunkulu abangasizi ngalutho. + Mkhothameleni,* nonke nina bonkulunkulu. + Jona 2:8 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 8 Labo abakhonza izithixo ezingenamsebenzi bashiya umthombo wabo wothando oluqotho.*
19 “Uma kungake kwenzeke ukhohlwe uJehova uNkulunkulu wakho futhi ulandele abanye onkulunkulu ubakhonze ubakhothamele, ngiyakuxwayisa namuhla ukuthi nakanjani uyoshabalala. +
7 Mabahlazeke bonke abakhonza izithombe ezibaziwe, +Abaqhosha ngonkulunkulu abangasizi ngalutho. + Mkhothameleni,* nonke nina bonkulunkulu. +