2 Samuweli 16:11 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 11 UDavide wathi ku-Abhishayi nakuzo zonke izinceku zakhe: “Nansi indodana yami, igazi lami, ifuna ukuphila kwami, + kuthiwani-ke ngomuntu wakwaBhenjamini! + Myekeni angithuke, ngoba uJehova uthe akenze kanjalo! 2 Samuweli 17:1, 2 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 17 U-Ahithofeli wayesethi ku-Absalomu: “Ngicela ungivumele ngikhethe amadoda angu-12 000 bese ngisuka ngijaha uDavide namuhla kusihlwa. 2 Ngizomfica ekhathele engenamandla, *+ ngizomenza athuthumele; bonke abantu abakanye naye bazobaleka bese ngibulala inkosi kuphela. + IHubo 37:32 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 32 Omubi ulinde olungile,Ufuna ukumbulala.
11 UDavide wathi ku-Abhishayi nakuzo zonke izinceku zakhe: “Nansi indodana yami, igazi lami, ifuna ukuphila kwami, + kuthiwani-ke ngomuntu wakwaBhenjamini! + Myekeni angithuke, ngoba uJehova uthe akenze kanjalo!
17 U-Ahithofeli wayesethi ku-Absalomu: “Ngicela ungivumele ngikhethe amadoda angu-12 000 bese ngisuka ngijaha uDavide namuhla kusihlwa. 2 Ngizomfica ekhathele engenamandla, *+ ngizomenza athuthumele; bonke abantu abakanye naye bazobaleka bese ngibulala inkosi kuphela. +