10 Njengoba nje imvula neqhwa kwehla kuvela ezulwini
Kungabuyeli lapho kungazange kuwumatise umhlaba kuwenze ukhiqize futhi uhlume,
Otshalayo athole imbewu, nodlayo isinkwa,
11 Liyoba njalo nezwi eliphuma emlonyeni wami. +
Ngeke libuyele kimi lingafezanga lutho, +
Kodwa nakanjani liyofeza noma yini eyintando yami, +
Nakanjani liyophumelela kulokho engilithumele kona.