2 Samuweli 22:7 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 7 Ngambiza uJehova lapho ngicindezelekile, + Ngangilokhu ngimbiza uNkulunkulu wami. Walizwa izwi lami esethempelini lakhe, Wakuzwa ukukhalela kwami usizo. + IHubo 10:17 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 17 Kodwa wena Jehova uyosizwa isicelo sabamnene. + Uyoqinisa izinhliziyo + zabo ubanake. + IHubo 34:15 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 15 Amehlo kaJehova akwabalungile, +Nezindlebe zakhe ziyalalela lapho bekhalela usizo. + 1 Petru 3:12 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 12 Ngoba amehlo kaJehova* akwabalungile, nezindlebe zakhe zilalela ukunxusa kwabo, + kodwa uJehova* umelene nabenza izinto ezimbi.” +
7 Ngambiza uJehova lapho ngicindezelekile, + Ngangilokhu ngimbiza uNkulunkulu wami. Walizwa izwi lami esethempelini lakhe, Wakuzwa ukukhalela kwami usizo. +
12 Ngoba amehlo kaJehova* akwabalungile, nezindlebe zakhe zilalela ukunxusa kwabo, + kodwa uJehova* umelene nabenza izinto ezimbi.” +