Genesise 1:28 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 28 Ngaphezu kwalokho, uNkulunkulu wababusisa wathi kubo: “Zalani nande, nigcwalise umhlaba + niwunqobe, + nithotshelwe + izinhlanzi zolwandle nezilwane ezindizayo zamazulu nazo zonke izilwane eziphilayo ezihamba emhlabeni.” IHubo 37:29 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 29 Abalungile bayodla ifa lomhlaba, + Bahlale kuwo kuze kube phakade. + Isaya 45:18 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 18 Ngoba yilokhu uJehova akushoyo,UMdali wamazulu, + uNkulunkulu weqiniso,UMbumbi womhlaba noMenzi wawo, owawumisa waqina, +Ongawudalelanga ize* kodwa owawubumba ukuze kuhlalwe kuwo: + “NginguJehova, akekho omunye. IzEnzo 17:26 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 26 Ngomuntu oyedwa + wenza ukuba zonke izizwe zabantu zihlale emhlabeni, + wanquma izikhathi ezimisiwe nendawo okuzohlala kuyo abantu, +
28 Ngaphezu kwalokho, uNkulunkulu wababusisa wathi kubo: “Zalani nande, nigcwalise umhlaba + niwunqobe, + nithotshelwe + izinhlanzi zolwandle nezilwane ezindizayo zamazulu nazo zonke izilwane eziphilayo ezihamba emhlabeni.”
18 Ngoba yilokhu uJehova akushoyo,UMdali wamazulu, + uNkulunkulu weqiniso,UMbumbi womhlaba noMenzi wawo, owawumisa waqina, +Ongawudalelanga ize* kodwa owawubumba ukuze kuhlalwe kuwo: + “NginguJehova, akekho omunye.
26 Ngomuntu oyedwa + wenza ukuba zonke izizwe zabantu zihlale emhlabeni, + wanquma izikhathi ezimisiwe nendawo okuzohlala kuyo abantu, +