Mathewu 11:25 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 25 Ngaleso sikhathi uJesu wathi: “Ngikudumisa obala, Baba, Nkosi yezulu nomhlaba, ngoba uzifihlile lezi zinto kwabahlakaniphile nakongqondongqondo wazambulela izingane. + Luka 2:46, 47 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 46 Nokho, ngemva kwezinsuku ezintathu bamthola ethempelini, ehlezi phakathi kwabafundisi ebalalele futhi ebabuza imibuzo. 47 Kodwa bonke ababemlalele babelokhu bemangele ngenxa yokuqonda kwakhe nezimpendulo zakhe. +
25 Ngaleso sikhathi uJesu wathi: “Ngikudumisa obala, Baba, Nkosi yezulu nomhlaba, ngoba uzifihlile lezi zinto kwabahlakaniphile nakongqondongqondo wazambulela izingane. +
46 Nokho, ngemva kwezinsuku ezintathu bamthola ethempelini, ehlezi phakathi kwabafundisi ebalalele futhi ebabuza imibuzo. 47 Kodwa bonke ababemlalele babelokhu bemangele ngenxa yokuqonda kwakhe nezimpendulo zakhe. +