IHubo 97:10 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 10 O nina enithanda uJehova, zondani okubi. + Uqapha ukuphila* kwabaqotho bakhe; +Uyabakhulula esandleni* sababi. + IHubo 101:3 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 3 Ngeke ngibeke noma yini engelusizo lwalutho* phambi kwamehlo ami. Ngiyazizonda izenzo zalabo abaphambukayo kokulungile; +Akukho lutho oluyongihlanganisa nazo.* IzAga 8:13 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 13 Ukwesaba uJehova kusho ukuzonda okubi. + Ngiyakuzonda ukuziphakamisa, ukuziqhenya, + indlela embi nenkulumo eyonakele. + IzAga 13:5 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 5 Olungile uyawazonda amanga, +Kodwa izenzo zababi zibangela ukululazeka nehlazo. Roma 12:9 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 9 Uthando lwenu malungabi nabuzenzisi. + Zondani okubi; + bambelelani kokuhle.
10 O nina enithanda uJehova, zondani okubi. + Uqapha ukuphila* kwabaqotho bakhe; +Uyabakhulula esandleni* sababi. +
3 Ngeke ngibeke noma yini engelusizo lwalutho* phambi kwamehlo ami. Ngiyazizonda izenzo zalabo abaphambukayo kokulungile; +Akukho lutho oluyongihlanganisa nazo.*
13 Ukwesaba uJehova kusho ukuzonda okubi. + Ngiyakuzonda ukuziphakamisa, ukuziqhenya, + indlela embi nenkulumo eyonakele. +