-
Duteronomi 12:5, 6IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
5 Kunalokho, funani uJehova uNkulunkulu wenu nomaphi lapho akhetha ukuba igama lakhe lihlale khona, nifune nendawo yakhe yokuhlala kuzo zonke izizwe zenu, niye khona. + 6 Kumele niyilethe lapho iminikelo yenu eshiswayo, + imihlatshelo yenu, okweshumi kwenu, *+ umnikelo ovela esandleni senu, + iminikelo yenu yesifungo, iminikelo yenu yokuzithandela + namazibulo omhlambi wenu wezinkomo nawomhlambi wenu wezimvu nezimbuzi. +
-