Genesise 13:8 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 8 U-Abrama wathi kuLoti: + “Ngiyacela, makungabikho kuxabana phakathi kwami nawe naphakathi kwabelusi bami nabelusi bakho ngoba wena ungumfowethu. Johane 13:35 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 35 Bonke bayokwazi ngalokhu ukuthi ningabafundi bami—uma nithandana.” + Kolose 3:14 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 14 Kodwa ngaphezu kwazo zonke lezi zinto, gqokani uthando, + ngoba lwenza abantu babe nobunye ngokuphelele. + Hebheru 13:1 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 13 Qhubekani nibonisana uthando lobuzalwane. +
8 U-Abrama wathi kuLoti: + “Ngiyacela, makungabikho kuxabana phakathi kwami nawe naphakathi kwabelusi bami nabelusi bakho ngoba wena ungumfowethu.
14 Kodwa ngaphezu kwazo zonke lezi zinto, gqokani uthando, + ngoba lwenza abantu babe nobunye ngokuphelele. +