44 Nokho, mina ngithi kini: Qhubekani nithanda izitha zenu, + nithandazela nalabo abanishushisayo, + 45 ukuze nizibonakalise ningamadodana kaYihlo osemazulwini, + njengoba yena enza ukuba ilanga lakhe liphumele abantu ababi nabahle futhi enza ukuba imvula ine phezu kwabalungile nabangalungile. +