IHubo 3:6 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 6 Angiwesabi amashumi ezinkulungwane zabantuAbavela nxazonke bezongihlasela. + IHubo 27:1 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 27 UJehova ungukukhanya kwami + nensindiso yami. Ngubani okufanele ngimesabe? + UJehova uyisiphephelo sokuphila kwami. + Ngizoba nengebhe ngobani? Isaya 41:10 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 10 Ungesabi ngoba nginawe. + Ungakhathazeki ngoba nginguNkulunkulu wakho. + Ngizokuqinisa, impela ngizokusiza, +Impela ngizokubamba ngesandla sami sokudla sokulunga.’
27 UJehova ungukukhanya kwami + nensindiso yami. Ngubani okufanele ngimesabe? + UJehova uyisiphephelo sokuphila kwami. + Ngizoba nengebhe ngobani?
10 Ungesabi ngoba nginawe. + Ungakhathazeki ngoba nginguNkulunkulu wakho. + Ngizokuqinisa, impela ngizokusiza, +Impela ngizokubamba ngesandla sami sokudla sokulunga.’