IHubo 25:4 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 4 O Jehova, ngazise izindlela zakho; +Ngifundise imikhondo yakho. + IHubo 86:11 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 11 O Jehova, ngifundise indlela yakho. + Ngizohamba eqinisweni lakho. + Yenza inhliziyo yami ibe nobunye* ukuze yesabe igama lakho. + Isaya 30:20 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 20 Nakuba uJehova eyoninika usizi njengesinkwa nokucindezeleka njengamanzi, + uMfundisi wakho Omkhulu ngeke esazifihla, uyombona ngamehlo uMfundisi wakho Omkhulu. + Isaya 54:13 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 13 Bonke abantwana* bakho bayofundiswa uJehova, +Nokuthula kwabantwana* bakho kuyochichima. +
11 O Jehova, ngifundise indlela yakho. + Ngizohamba eqinisweni lakho. + Yenza inhliziyo yami ibe nobunye* ukuze yesabe igama lakho. +
20 Nakuba uJehova eyoninika usizi njengesinkwa nokucindezeleka njengamanzi, + uMfundisi wakho Omkhulu ngeke esazifihla, uyombona ngamehlo uMfundisi wakho Omkhulu. +