IHubo 11:4 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 4 UJehova usethempelini lakhe elingcwele. + Isihlalo sikaJehova sobukhosi sisemazulwini. + Amehlo akhe ayabona, amehlo akhe aqaphelayo* ahlola abantwana babantu. + IHubo 14:2 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 2 Kodwa uJehova ubheka phansi kubantwana babantu esezulwiniUkuze abone ukuthi ukhona yini onokuqonda, ukuthi ukhona yini ofuna uJehova. + IzAga 15:3 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 3 Amehlo kaJehova akuyo yonke indawo,Aqapha ababi nabahle. + Hebheru 4:13 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 13 Akukho ndalo esithekile emehlweni akhe, + kodwa zonke izinto azifihlekile futhi zisobala emehlweni alowo okumele siziphendulele kuye. +
4 UJehova usethempelini lakhe elingcwele. + Isihlalo sikaJehova sobukhosi sisemazulwini. + Amehlo akhe ayabona, amehlo akhe aqaphelayo* ahlola abantwana babantu. +
2 Kodwa uJehova ubheka phansi kubantwana babantu esezulwiniUkuze abone ukuthi ukhona yini onokuqonda, ukuthi ukhona yini ofuna uJehova. +
13 Akukho ndalo esithekile emehlweni akhe, + kodwa zonke izinto azifihlekile futhi zisobala emehlweni alowo okumele siziphendulele kuye. +