1 Samuweli 17:45 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 45 UDavide wamphendula umFilisti wathi: “Wena uza kimi nenkemba nomkhonto nengcula, + kodwa mina ngiza kuwe ngegama likaJehova wamabutho, + uNkulunkulu webutho lempi yakwa-Israyeli, omdelelile. *+ IHubo 20:7 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 7 Abanye bathembele ezinqoleni, abanye bathembele emahhashini, +Kodwa thina sibiza igama likaJehova uNkulunkulu wethu. + IHubo 33:16 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 16 Ayikho inkosi esindiswa yibutho lempi elikhulu; +Iqhawe alisindiswa ngamandla alo. +
45 UDavide wamphendula umFilisti wathi: “Wena uza kimi nenkemba nomkhonto nengcula, + kodwa mina ngiza kuwe ngegama likaJehova wamabutho, + uNkulunkulu webutho lempi yakwa-Israyeli, omdelelile. *+
7 Abanye bathembele ezinqoleni, abanye bathembele emahhashini, +Kodwa thina sibiza igama likaJehova uNkulunkulu wethu. +