Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • IHubo 19:1
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 19 Amazulu amemezela inkazimulo kaNkulunkulu; +

      Umkhathi* umemezela ngomsebenzi wezandla zakhe. +

  • IHubo 104:19
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 19 Wenze inyanga ukuze ihlukanise izinkathi zonyaka;

      Ilanga lazi kahle ukuthi kufanele lishone nini. +

  • Isaya 40:26
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 26 “Phakamiselani amehlo enu ezulwini nibone.

      Ngubani odale lezi zinto? +

      YiLowo okhipha ibutho lazo ngesibalo;

      Zonke uzibiza ngamagama. +

      Ngenxa yamandla akhe amakhulu namangalisayo, +

      Ayikho neyodwa engekho endaweni yayo.

  • Roma 1:20
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 20 Ngoba izimfanelo zakhe ezingabonakali, okuwukuthi amandla akhe aphakade + nobuNkulunkulu bakhe, + zibonakala ngokucacile kusukela ekudalweni kwezwe kuye phambili, ngoba ziqondakala ngezinto ezenziwe, + kangangokuthi abanazaba.

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela