IHubo 15:1, 2 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 15 O Jehova, ngubani ongaba yisimenywa etendeni lakho? Ngubani ongahlala entabeni yakho engcwele? + 2 Yilowo ohamba ngobuqotho, *+Owenza okulungile +Nokhuluma iqiniso enhliziyweni yakhe. + IHubo 24:3, 4 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 3 Ngubani ongakhuphukela entabeni kaJehova, +Ngubani ongama endaweni yakhe engcwele? 4 Yinoma ngubani onezandla ezingenacala nenhliziyo emsulwa, +Ongazange afunge amanga ngokuphila kwami,*Nongazange afunge ngenkohliso. + IHubo 25:14 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 14 Ubungani obuseduze noJehova bungobalabo abamesabayo, +Ubafundisa isivumelwano sakhe. +
15 O Jehova, ngubani ongaba yisimenywa etendeni lakho? Ngubani ongahlala entabeni yakho engcwele? + 2 Yilowo ohamba ngobuqotho, *+Owenza okulungile +Nokhuluma iqiniso enhliziyweni yakhe. +
3 Ngubani ongakhuphukela entabeni kaJehova, +Ngubani ongama endaweni yakhe engcwele? 4 Yinoma ngubani onezandla ezingenacala nenhliziyo emsulwa, +Ongazange afunge amanga ngokuphila kwami,*Nongazange afunge ngenkohliso. +