Duteronomi 6:6, 7 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 6 La mazwi engikuyala ngawo namuhla kumele abe senhliziyweni yakho, 7 kumele uwagxilise* kubantwana bakho + futhi ukhulume ngawo lapho uhleli endlini yakho nalapho uhamba endleleni nalapho ulala nalapho uvuka. + IzAga 19:20 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 20 Lalela iseluleko wamukele isiyalo, +Ukuze uhlakaniphe esikhathini esizayo. + Efesu 6:1 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 6 Bantwana, lalelani abazali benu + abanobunye neNkosi, ngoba lokhu kulungile.
6 La mazwi engikuyala ngawo namuhla kumele abe senhliziyweni yakho, 7 kumele uwagxilise* kubantwana bakho + futhi ukhulume ngawo lapho uhleli endlini yakho nalapho uhamba endleleni nalapho ulala nalapho uvuka. +