Nehemiya 8:3 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 3 Wawufunda ngokuzwakalayo + emi esigcawini esiphambi kweSango Lamanzi, kusukela ekuntweleni kokusa kwaze kwaba semini bebade, ewufundela amadoda, abesifazane kanye nabo bonke ababekwazi ukuqonda; abantu bayilalelisisa + incwadi yoMthetho. Nehemiya 8:8 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 8 Baqhubeka beyifunda ngokuzwakalayo incwadi, uMthetho kaNkulunkulu weqiniso, bewuchaza kahle futhi bewucacisa; ngaleyo ndlela babasiza abantu ukuba bakuqonde lokho okwakufundwa. *+ IzAga 9:10 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 10 Ukwesaba uJehova kungukuqala kokuhlakanipha, +Ulwazi ngoNgcwelengcwele + lungukuqonda.
3 Wawufunda ngokuzwakalayo + emi esigcawini esiphambi kweSango Lamanzi, kusukela ekuntweleni kokusa kwaze kwaba semini bebade, ewufundela amadoda, abesifazane kanye nabo bonke ababekwazi ukuqonda; abantu bayilalelisisa + incwadi yoMthetho.
8 Baqhubeka beyifunda ngokuzwakalayo incwadi, uMthetho kaNkulunkulu weqiniso, bewuchaza kahle futhi bewucacisa; ngaleyo ndlela babasiza abantu ukuba bakuqonde lokho okwakufundwa. *+