Levitikusi 18:5 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 5 Kumele nigcine imithetho yami nezinqumo zami zokwahlulela; noma ubani owenza kanjalo uyophila ngayo. + NginguJehova. Duteronomi 5:16 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 16 “‘Hlonipha uyihlo nonyoko, + njengoba nje uJehova uNkulunkulu wakho ekuyalile, ukuze uphile isikhathi eside futhi uchume* ezweni uJehova uNkulunkulu wakho akunika lona. + Isaya 55:3 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 3 Lalelani nize kimi. + Lalelani, nizoqhubeka niphila,Ngizokwenza nani ngokushesha isivumelwano esihlala njalo +Ngokuvumelana nothando oluqotho engaluthembisa uDavide, lesi sithembiso siqinisekile. + Johane 12:50 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 50 Ngiyazi ukuthi umyalo wakhe usho ukuphila okuphakade. + Ngakho noma yini engiyishoyo, ngiyisho njengoba nje uBaba engitshelile.” +
5 Kumele nigcine imithetho yami nezinqumo zami zokwahlulela; noma ubani owenza kanjalo uyophila ngayo. + NginguJehova.
16 “‘Hlonipha uyihlo nonyoko, + njengoba nje uJehova uNkulunkulu wakho ekuyalile, ukuze uphile isikhathi eside futhi uchume* ezweni uJehova uNkulunkulu wakho akunika lona. +
3 Lalelani nize kimi. + Lalelani, nizoqhubeka niphila,Ngizokwenza nani ngokushesha isivumelwano esihlala njalo +Ngokuvumelana nothando oluqotho engaluthembisa uDavide, lesi sithembiso siqinisekile. +
50 Ngiyazi ukuthi umyalo wakhe usho ukuphila okuphakade. + Ngakho noma yini engiyishoyo, ngiyisho njengoba nje uBaba engitshelile.” +