-
1 AmaKhosi 8:31, 32IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
31 “Lapho umuntu ona omunye umuntu bese efungiswa,* bese eba ngaphansi kwaleso sifungo, kuthi ngesikhathi esengaphansi kwaleso sifungo* eze phambi kwe-altare lakho kule ndlu, + 32 kwangathi ungezwa usemazulwini, uthathe isinyathelo wahlulele izinceku zakho ngokuba uthi omubi unecala* nangokumjezisa ngokubi akwenzile, nangokuba uthi olungile umsulwa* bese umvuza ngokulunga kwakhe. +
-